chon otagh saghf daran - motova charkh daran - sabona kaf daran & ...?
What communication is this?
![]() List Price: Price: $13.49 You Save: $1.50 (10%) |
Product Details
|
![]() List Price: Price: $17.99 You Save: $2.00 (10%) |
Product Details
|
![]() List Price: Price: $16.95 You Save: $0.04 (%) |
Product Details
|
un video de si said dans un 7amame bazaglo
CELANI SIKHAKHANE
U BUHOLI be-NFP buthi bulandele yonke imigudu ngaphambi kokuthi bufinyelele esinqumweni sokuthi umholi wale nhlangano uNkk Zanele-Magwaza-Msibi kumele abe sesikhundleni sokulihola iminyaka eyishumi ngaphandle kokuphazanyiswa.
Unobhala-jikelele we-NFP uSolwazi Nhlanhla Khubisa uthe kuyabethusa ukuzwa ukuthi sekukhona abaholi okuthiwa baphikisana nalokhu ngoba kwathintwa zonke izinhlaka zeqembu ngaphambi kokuthi kufakwe lesi sinqumo kumthethosisekelo weqembu.
“Ngenxa yokuthi i-NFP iseyiqembu eliselisha futhi elisabheke phambili sabona kungcono ukuthi sifake isigaba kumthethosisekelo wethu esivimbela ukuthi uNkk Magwaza-Msibi kungabibikho muntu ozombangisa ekuholeni iqembu kuze kuphele iminyaka eyishumi. Lokhu sikwenze ngenhloso yokugwema ukuthi kungabibikho osomathuba abazovukela iqembu bese liyafa njengoba kwenzeka ku-Subsist,” kusho uKhubisa.